USIHLALO WE IEC USEVEZE UKUTHI KUYAVALWA UKUKHANKASA PHAKATHI KWAMABILI
Usihlalo we Independent Electoral Commission, uMosotho Moepya uthi namhlanje phakathi kwamabili kuyavalwa ukukhankasa kwamaqembu. UMoepya uveze lokhu njengamanje esithangamini nabezindaba lapho imiphumela izokube ithunyelwa khona eGoli. ...